Isikhathi samaholide isikhathi esimatasa kakhulu njengoba abantu bezihlomulisa ngezindlela ezahlukene nokuyinto edinga imali. Abanye bethu bazihlomulisa ngokweqile size sizithole sesinenkinga yemali ngenxa yokuyisebenzisa budedebengu.
Sixoxisane naloyo obhekelele ezokufundisa nokuxhumana kwisikhungo esiluleka abathengi ngokuphathwa kwezimali, i-National Credit Regulator (NCR), uZonke Majola.