

EZANAMUHLA: GROUND-WORK COLLECTIVE REACTS TO VOTER APATHY.
Inhlangano egqugquzela ukuvota i-Ground Work Collective ithi uma iqhuba imikhankaso ithola ukuthi abantu baduba ukheho ngoba abayiboni inhlangano engakwazi ukufeza izidingo zabo. LokHu kuza ngemuva kokuthi ezinye izakhamUzi ziphumele obala ukuthi ngeke zivote njengoba lusondela ukhetho lohulumeni …

ABASIKI BEBUNDA: CONTRALESA CONDEMNS "AMABUTHO" DISRUPTING INGONYAMA TRUST INDABA
Inhlangano yabaholi bendabuko, i-Congress of Traditional Leaders of South Africa (CONTRALESA) ikugxekile ukuphazamiseka kwengqungquthela yotshalo lwezimali yeNgonyama Trust ngoLwesine kuleli sonto. Lo mcimbi, obuhanjelwe abatshali-zimali kanye namakhosi, uphazanyiswe ukugasela kwalabo abazibiza ng…

ABASIKI BEBUNDA: ZULU ROYAL HOUSE REFUTES CLAIMS KING MISUZULU KAZWELITHINI SANCTIONED "AMABUTHO" DISRUPTING INGONYAMA TRUST INDABA
Ihhovisi lenkosi yesizwe samaZulu, uMisuzulu kaZwelithini, lithi iSilo asinalo ulwazi ngesenzo salabo abazibiza ngamabutho kaZulu engqungqutheleni yotshalo lwezimali ebihlelwe Ingonyama Trust eThekwini ngoLwesithathu. Le ngqungquthela, iphazamisekile ngemuva kokugasela kwaleli qeqebana. Ibithanye…

KZN ERA ORDERS CRACKDOWN ON ILLICIT ALCOHOL
The KZN Economic Regulator says the closure of unlicensed liquor outlets must be accompanied by efforts to disrupt the supply of illicit alcohol. During the police's Shanela operations, law enforcement teams shut down more than 360 illegal liquor outlets in South Africa between last Monday and Sund…

EZANAMUHLA: INGONYAMA BOARD ON ITS DISRUPTED MEETING AT THE DURBAN ICC.
Ibhodi elengamele umhlaba wesizwe samaZulu, iNgonyama Trust Board, lithi kungamampunge ukuthi iSilo samaZulu, uMisuzulu kaZwelithini ubengaziswanga futhi engamenyangwa emhlanganweni wezamabhizinisi obuse Inkosi Albert Luthuli ICC eThekwini. Lelibhodi liphinde lakhala nangendlela abezindaba ababike …

EZANAMUHLA: DEPUTY ROYAL CHANCELLOR ON INGONYAMA TRUST INDABA.
Oyi Deputy Royal Chancellor, uMntwana u-Africa Zulu uthi kusemqoka ukuthi kuhlonishwe iSilo samaZulu singakhishelwa ngaphandle uma kuthintwa izindaba ze-Ngonyama Trust. Lokhu kuza ngemuva kokuphazamiseka komhlangano we-Ngonyama Trust obusingathelwe e-Inkosi Albert Luthuli ICC. Kuthiwa ukuqubuka kwe…

EZANAMUHLA: GENDER COMMISSION ON THE EXTENTION OF THE GBVF INQUIRY.
Ikhomishane yezokulingana ngokobulili, i-Commission for Gender Equality ithi ukwanda kwezehlakalo zodlame olubhekiswe kwabesifazane kanye nokubulawa kwabesifazane kwenze ukuthi kwelulwe isigcawu esiphenya mayelana nokuthi engabe kubhekanwa kanjani namacala aloluhlobo. Amakhomishane, i-Commission fo…

EZANAMUHLA: SACC ON THE RECENT MASS KILLINGS IN SA.
Umkhandlu wamahlelo ahlukene kuleli i-South African Council of Churches (SACC) isiphakamise ukuthi kube nosuku lukazwelonke lokuzila ngenxa yesigameko sokubulawa kwabantu abaningi ngokudutshulwa ezweni muva nje. Kulempelasonto esiphuma kuyona bangamashumi amabili nesishiyagalombili (28) abantu abab…

EZANAMUHLA: GENDER ACTIVIST REACTS TO PRESIDENT RAMAPHOSA'S ADDRESS.
Inhlangano elwa nodlame olubhekiswe kwabesifazane, i-Initiative for Strategic Litigation in Africa for Rise Against Gender Based Violence Organisation, ithi uhulumeni noma kukhona akwenzayo ukulwa nesihlava sokubulawa kwabesifazane kepha akwanele. Lenhlangano ithi nakuba iNingizimu Afrikha inemithe…

ABASIKI BEBUNDA: MEN'S MARCH AGAINST AT GBVF HEADS TO KZN AND GAUTENG
Inhlangano yomphakathi i-March and March, izosingatha umbhikisho wokulwisana nodlame lwezobulili, KwaZulu-Natal nase Gauteng. Lokhu njengoba kunokukhathazeka ngokwenyuka mawala kwezehlakalo zokuhlukunyezwa nokubulawa kwabesifazane nezingane kulezifundazwe. Isifundazwe iGauteng sisanda kubika ize…