


1,059 clip(s) in playlist

EZANAMUHLA: LEGAL EXPERT ON POLICE MINISTRY HALTING ANTI IMMIGRATION PROTESTS.
Ungoti wezomthetho uMpumelelo Zikalala uthi bekusemqoka ukuthi ubuholi bamaphoyisa kanye nenhlangano elwa nokungena kwabantu bokufika kuleli ngokungemthetho i-March and March bahlale phansi ngaphambi kokuthi loludaba lufike enkantolo. Umbutho wamaphoyisa esifundazweni i-KwaZulu-Natal unikele enkant…
08:07
EZANAMUHLA: PUBLIC WORKS MINISTRY ON BLACKLISTED CONTRACTORS.
Umnyango wezemisebenzi yomphakathi uthi izinkampani ezingamashumi ayisikhombisa nanhlanu zikhishwe ohlwini losonkontileka lwesikhungo, i-Construction Industry Development Board (CIDB) ngenxa yomgunyathi kanye namanga. Lomnyango uthi uzoqhubeka nokuphenya ezinye izinkampani njengoba wande kakhulu lo…
10:20
EZANAMUHLA: SAMWU HEADS TO COURT OVER WAGE DUE TO WORKERS.
Inyunyana yezisebenzi zikamasipala i-South African Municipal Workers' Union SAMWU) eGoli ithi iya enkantolo ukuyokweseka amalungu ayo ayishumi nane aboshwe ngoMsombuluko ngemuva kokuba ebhikishe emgwaqweni omkhulu u-M1. Lombhikisho ubumayelana nesivumelwano samaholo esiphakathi kwezisebenzi zikamas…
05:35
EZANAMUHLA: NATU ON SACE'S POLICY ON DISCIPLINING TEACHERS FOR OFF-DUTY MISCONDUCT.
Inyunyana yothisa i-National Teachers' Union (NATU) ithi iyayeseka inqubo-mgomo yomkhandlu wothisha, i-South African Council of Educators (SACE) yokuthi othisha abatholakala bengaziphethe kahle noma bengekho ezikoleni bazoqondiswa ubugwegwe. Lenyunyana ithi nokho umnyango wezemfundo kumele uqinisek…
05:25
ABASIKI BEBUNDA: WATERCAN CALLS FOR INQUIRY INTO BRONKHORSTSPRUIT WATER CRISIS
Inhlangano elwela ukuhlinzekwa kwamanzi ahlanzekile emiphakathini, i-WaterCan, inxuse ukuba kuphenywe ngesigameko sokugcola kwamanzi eBronkhorstspruit ePitoli esiholele ekutheni kubheduke isifo esihambisana nokukhishwa isisu. Babalelwa ku 833 abantu abahaqwe yilesi sifo kanti abangu 328 kulabo izin…
04:53
EZANAMUHLA: SACE ON DISCIPLINING TEACHERS FOR SERIOUS OFF- DUTY MISCONDUCT.
Umkhandlu wothisha i-South African Council of Educators (SACE) uthi uthisha akayeki ukuba uthisha ngoba engasekho emagcekeni esikole. Lomkhandlu ukhiphe isinqumo sokuthi othisha abatholakala bengaziphethe kahle noma bengekho eskoleni bazothathelwa izinyathelo. Sixoxisane nosihlalo womkhandlu i-S…
06:56
EZANAMUHLA: BLACK SASH WANTS SRD GRANTS MADE PERMANENT.
Inhlangano engekho ngaphansi kukahulumeni elwela amalungelo abantu, i-Black Sash ithi nakuba ikwamukela ukwelulwa kwezibonelelo zalabo abangasebenzi kepha ibifisa ukuthi ziqhubeke njalo lezibonelelo. Lenhlangano ibiphawula ngemuva kwesabelo-mali samaphakathi nonyaka sikangqongqoshe wezezimali ngevi…
05:14
EZANAMUHLA: ILEMBE DISTRICT SMALLER POLITICAL PARTIES CONTESTING IN LGE.
Njengoba sekusele isikhathi esingaphansi kwamasonto amabili elakuleli lisingathe ukhetho lohulumeni basekhaya, amaqembu ezepolitiki ahlukahlukene ngaphansi kwesifunda Ilembe okubalwa i-KZN Independence, African Economic Freedom, uMkhoto Ilembe kanye ne Service Delivery Party athi akulungele ukuleth…
31:39
ABASIKI BEBUNDA: COMMISSION FOR GENDER EQUALITY LAUDS FUNDS ALLOCATED TO FIGHT GBV IN MTBPS
Ikhomishana ebhekelele ukulingana ngokobulili, iCommission for Gender Equality isishayele ihlombe isinqumo sika ngqongqoshe womnyango wezimali, u Enoch Godongwana, sokumemezela imali engango R3.8 billion wamarandi ukuqasha osonhlalakahle abangaphezu kuka 3500 ukuqinisa umkhankaso wokulwisana nokwen…
07:56
EZANAMUHLA: SAFTU REACTS TO MEDIUM-TERM BUDGET POLICY STATEMENT.
Unobhala-jikelele womfelandawonye wezinyunyana zezisebenzi i-SAFTU uZwelinzima Vavi uthi yize kuzokwehla umthwalo emahlombe abashayeli ukwehla kwentela ka-petrol okumenyezelwe ungqongqoshe wezezimali kuleli u-Enoch Godongwana kodwa kukhona abashayiwe ngaphandle. UVavi ubephawula ngemuva kokwethulw…
09:14