Ikomidi lesikhashana, i Section-22 Committee, elisungulwe ikhomishane evikela amalungelo amasiko, izilimi kanye nezenkolo, i-CRL Rights Commission, selivikele umsebenzi walo. Lokhu kulandela ukuthi inhlangano yamakholwa, i-South African Church Defenders isole uhulumeni ngokuzama ukulawula inkolo. Lelikomidi kulindeleke ukuthi liqalise ngezigcawu zomphakathi ngenhloso yokuthatha imibono yamaKhrestu ukuze kulawuleke lenkolo.
Sixoxisane nosihlalo walelikomidi, uSolwazi uMusa Xulu, mayelana nalokhu.

ABASIKI BEBUNDA: EFF CONDEMS MACPHERSON'S 350K TRIP
06:09

ABASIKI BEBUNDA: ETHEKWINI MUNICIPALITY ON ONGOING EFFORTS TO IMPROVE SERVICE DELIVERY
41:21

EZANAMUHLA: KUMISA GATHERING DISCUSSING PERTINENT ISSUES AFFECTING THE MUSIC INDUSTRY.
05:08