Umhlangano wenhlangano ezinze esifundazweni iKwaZulu-Natali, i-KwaZulu-Natal United Music Industry Association (KUMISA) bekuhloswe ngawo ukuhlanganisa amaciko, abashicileli bomculo, abasakazi kanye nabashayi bemithetho ukuze kudingidwe izinto ezithinta imboni yomculo. Ngesikhathi sengxoxo ebihlelwe yilenhlangano engenzi inzuzo ebhekele ezithinta imboni yomculo kulesifundazwe kuvele ukuthi inhlakanipho-buciko eyaziwa ngele Artificial Intelligence, i-AI iza nezinselelo zayo. Intatheli yomsakazo uThemba Radebe uhambele lombuthano wabe esehlanganisa nanku umbiko.

EZANGEMPELASONTO: SANDU DETAILS CHALLENGES WITH DEPLOYMENT OF SANDF IN CRIME-RIDDEN AREAS
14:42

EZANAMUHLA: RTMC issues warning to road users ahead of Easter Weekend
22:24

ABASIKI BEBUNDA: OUTRAGE OVER NIGERIAN KING CORONATION IN KUGOMPO CONTINUES
08:55