Graduate Zidayise | Kubamba Ezingelayo

 

Dankie 1223

It is an urban show for Afropolitan: Young, urban and culturally savvy with a global outlook. Inhabitants of a metropolis. People who are in rural/per… 
1,654 clip(s)
Loading playlist

Izibalo zakamuva zokuntuleka kwemisebenzi eNingizimu Afrika zikhombisa ukuthi inkinga iyaqhubeka nokukhula, ikakhulukazi entsheni nakubantu abafundile. Baningi abaneziqu, abanama-diploma namakhono adingekayo emhlabeni womsebenzi, kodwa abasathola kunzima ukuthola amathuba. Abanye sebethumele ama-CV ezinkampanini eziningi, abanye baya ezingxoxweni zomsebenzi kodwa bangaphinde bathole mpendulo, kanti abanye sekuphele iminyaka belinde ithuba lokuqala ukusebenza. Kodwa umbuzo uthi, kunjani ukuphila nokubhekana nezinselelo uma ufundile kodwa ungasebenzi?