



Umthethosisekelo Wase Ningizimu Afrika Ngabe Udinga Ukuchitshiyelwa? | Ingalo Yomthetho
Uma sibheka izinselelo ezibhekene nabantu baseNingizimu Afrika namuhla, kusukela ebugebengwini, enkohlakalweni, ekuswelekeni kwemisebenzi nasekungahlinzekweni kwezidingo zomphakathi, kuye odabeni lwabantu bakwamanye amazwe abangena kuleli kungemthetho, kunabantu asebeqala ukubuza ukuthi ingabe uMth…

Ama-Study Care Packs Abafundi: Ukweseka Ingane noma Ukufaka Ingcindezi Kwabanye? | Asikhulume
Njengoba abafundi bakaMatikuletsheni bebhala izivivinyo zabo zokugcina, kunomkhuba osudonse amehlo abantu abaningi ezinkundleni zokuxhumana, lapho abazali abaya ezikoleni beyoshaya iTadaa ezinganeni zabo ngama-study care packs. Lama study care packs angaba nokudla okulula, iziphuzo, izinto zokubhal…

Ngabe Uthenga Ngendali Noma Iphakethe Alikagqobhoki? | Mthengi Gada Iphakethe Lakho

Ukwazi Kangcono IJaji uNavi Pillay | Siqalaza Phesheya
Namhlanje sithi ake simazi kangcono iJaji uNavi Pillay, waseNingizimu Afrika ohlonishwe nge-Nobel Peace Prize ka-2026 ngomsebenzi wakhe kwezobulungiswa namalungelo abantu. Sizobheka uhambo lwakhe, igalelo lakhe ekulweni nokungabi nabulungiswa emhlabeni, ukusabela kukaMengameli waseMelika uDonald T…

Ukuzilungiselele Izivivinyo Zokugcina ZikaMatikuletsheni Ngokomqondo | Kubamba Ezingelayo
Izivivinyo zokugcina ZikaMatikuletsheni sesingathi sezifikile njengoba kuqalwa ukubhala kusasa, kanti kubafundi abaningi lokhu kuhambisana novalo, ingcindezi nokukhathazeka ngekusasa. Kodwa ukuzilungiselela akugcini ngokufunda kuphela, kubalulekile nokuzilungiselela ngokomqondo. Namuhla sixoxa non…

Izivivinyo Zokugcina ZikaMatikuletsheni | Asikhulume
Izivivinyo zokugcina zikaMatikuletsheni sezisondele, kanti kusukela ngomhlaka-13 kuMfumfu abafundi bebanga lesi-12 bazobe sebeqala ukubhala. Namuhla sifuna ukungena emakhaya sibheke ukuthi kwenzekani ngempela njengoba izivivinyo zikaMatikuletsheni ziqala ngesonto elizayo?

Umcimbi we-Scorpion Kings noYoung Stunna

Taxi Etiquette: Yini Eyenza Umgibeli Abe Muhle? | Asikhulume
Uma sikhuluma ngezokuthutha, sivame ukukhuluma ngokuphepha kwabashayeli, kodwa kuthiwani ngomgibeli? Ukuba ngumgibeli wesithuthi somphakathi akugcini nje ngokukhokha imali nokufika lapho uya khona. Nathi njengabagibeli sinendima ekwenzeni uhambo lube phephile, luhlonipheke futhi lube lula kuwo wonk…

Ukudla Okungasindi Kwasehlobo | Ekhishini Lika Mamkhulu
Kulengosi sibheka ukudla esekumele siqale sikudle njengoba kuphuma isikhathi sobusika lapho besidla khona ukudla okusindayo. Njengoba sikuNtwasa-Hlobo, ikuphi ukudla okulula futhi okunempilo esingaqala sikudle?

Umthetho Olawula Izindlu Zoxhaso lukaHulumeni | Ingalo Yomthetho
Izindlu zomxhaso, phecelezi iReconstruction and Development Programme (RDP) housing isiza izinkulungwane zemindeni ukuthi zithole ikhaya. Kodwa uma usuyitholile le ndlu, uyazi yini ukuthi umthetho uyakuvumela ukuthi wenzeni ngayo? Namuhla sibheka amalungelo nemikhawulo ehambisana nezindlu zomxhas…