

Ukuqonda Uhlelo Lwezobulungiswa Kumacala eGBVF |Ingalo Yomthetho
INingizimu Afrika ibhekene nemibiko eshaqisayo yokubulawa kwabesifazane, ikakhulukazi eGauteng, lapho kutholakale khona izidumbu zabesifazane abaningi endaweni yase-Ekurhuleni ezinyangeni ezimbalwa ezedlule. Kuze kube manje, amaphoyisa athole izidumbu zabesifazane abayisishiyagalolunye, kanti uphen…

Graduate Zidayise | Kubamba Ezingelayo
Njengoba kungena intwasahlobo, singenye yezikhathi lapho amanyuvesi namakolishi ezweni egcwele injabulo yemikhosi yokuthweswa iziqu. Izinkundla zokuxhumana zigcwele izigqoko zamagown, izithombe, izimbali kanye nemindeni egubha abantu babo abaphothule izifundo. Kodwa uma sekuphelile ukubungaza, umb…

Amathuba Emisebenzi - 21 September 2026

Umthetho Ungasiza Kanjani Ekulweni ne-GBVF? | Asikhulume
Umbiko wakamuva waseGauteng usiphinde wasikhumbuza ngobunzima be-Gender Based Violence and Femicide (GBVF) kanye nokubulawa kwabesifazane. Kuthiwa izidumbu zabesifazane abayisishiyagalombili zitholakale ezindaweni ezahlukene Ekurhuleni esikhathini esingangezinyanga ezimbili. Kulengxoxo simema omda…

Ukufuya Njengebhizinisi: Iqiniso Lezindleko Nenzuzo | Umphako Wemvelo
Uma sikhuluma ngefa lethu namasiko, izinkomo zidlala indima enkulu emiphakathini yethu. Sekuyizizukulwane ngezizukulwane imfuyo ibhekwa njengophawu lomcebo, isithunzi kanye nempahla edluliselwa emndenini. Ungoti wethu kwezemfuyo uNdumiso Gule unathi njengoba sibheka ukuthi imfuyo ingaba kanjani yi…

Thobile’s Sweet Treats | Ekhishini Lika Mamkhulu

Ukuqonda Ubungozi Bokuboleka Imali | Mthengi Gada Iphakethe Lakho
Namuhla sibheka ubungozi bokuboleka imali nokuthi singathatha kanjani izinqumo ezingcono uma imali ingekho.

BRICS Summit | Siqalaza Phesheya
I-BRICS Summit ebiseNew Delhi, e-India, ihlanganise abaholi bamazwe ngesikhathi umhlaba ubhekene nezingxabano zezombusazwe, izinselelo kwezomnotho kanye nokushintsha kobudlelwano phakathi kwemibuso emikhulu. INingizimu Afrika nayo ibiphakathi kwamazwe abambe iqhaza kulezi zingxoxo. Namhlanje sibhe…

Amalungelo Ezingane Ezizalwe Ngaphandle Komshado | Ingalo Yomthetho
Uma kukhulunywa ngamalungelo ezingane, kwesinye isikhathi kuba nemibono yokuthi ingane ezalwe abazali abangashadile inamalungelo ahlukile kunengane ezalwe emshadweni. Kodwa-ke, umthetho waseNingizimu Afrika uyibheka kanjani le ngxenye? Namuhla sibheka amalungelo ezingane ezizalwe ngaphandle komshad…

Abantu Osondelene Nabo Bangaba Isithikamezi Sakho | Kubamba Ezingelayo
Kuthiwa “umuntu waziwa ngabantu ahamba nabo.” Abantu esichitha nabo isikhathi esiningi bangaba nomthelela endleleni esicabanga ngayo, esizibona ngayo kanye nalokho esikholelwa ukuthi singakufeza. Namhlanje sibheka abantu esiphilisana nabo, iSkeem. Ingabe abantu esihamba nabo bayasisukumela phezulu…