Intsha yaseNingizimu Afrika Ishintsha Indlela Okusebenza Ngayo iziStokvel | Mthengi Gada Iphakethe Lakho

 

Ama-Stokvel kudala aziwa njengendlela yokuhlanganisa imali ukuze kongiwe noma kubhekwane nezidingo ezithile. Kodwa-ke, intsha yaseNingizimu Afrika isiqala ukuwasebenzisa ngendlela ehlukile,

Ucwaningo olwenziwe abakwa-Ipsos luveza ukuthi iStokvel sesiyadlisa nakubantu abasha, asebeqala ukusisebenzisa hhayi nje ukongela ukudla noma ukuphela konyaka, kodwa nokutshala imali kwimizi, ukuqala amabhizinisi nokuzakhela ingcebo.  Lezi ngezinye zezinto esizixoxa nongoti wezezimali.