Namhlanje abantu baseNingizimu Afrika bavotela ukukhetha abaholi abazobamela futhi baphathe omasipala babo eminyakeni emihlanu ezayo.
Ukhetho loHulumeni Basekhaya lubaluleke kakhulu ngoba yilapho izinqumo ezithinta impilo yethu yansuku zonke zithathwa khona.
Sithinte, usitshele ukuthi ukuphi, yini oyibonayo nokuthi kwenzekani emphakathini wangakini.



