Dankie 1223Dankie 1223

DANKIE1223 - PUBLIC TRANSPORT - ISIMO SASENINGIZIMU AFRIKHA/ THE STATE OF SOUTH AFRICA (15 OCT 2024)

View descriptionShare

Uma sibheka kumazwe aphesheya ngaphandle kwezwekazi i- Afrikha siyabona ukuthi ezokuthutha zabo zihamba phambili, kungaba izitimela ezisheshaya, amabhasi noma ama- cabs kukhona, kuyashesha futhi isikhathi siyagcinwa.

Uma sibuka izwekazi lase- Afrikha, siyabona ukuthi ezokuthutha zakhona zisasele emuva kakhulu, kuze kube ngcono iNingizimu Afrika ngenxa yemisebenzi yamabhunu ngesikhathi sobandlululo eNingizimu Africa.

Bayakha imigwaqo, ojantshi, izikhumulo zezindiza kanye namachweba okuyinqalasisinda amanye amazwe ase- Afrikha angayazi.

Ezokuthutha ezihamba phambili eNingizimu Afrikha ama- tekisi, amabhasi
kanye nezitimela. Yize sibonga ukuba khona kwazo, kepha siyakhala futhi
ngezinkinga abantu abampisholo ababhekene nazo kuzo lezindawo
zokuthutha.

Sicela usithumele iVN usazise ukuthi iyiphi itransport oyisebenzisa nsuku
zonke futhi iziphi izinqinamba osuke wabhekana nazo kuleyo- transport
noma obhekana nazo nsuku zonke?

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 1 playlist(s)

  1. Dankie 1223

    890 clip(s)

Dankie 1223

Dankie 1223
Social links
Recent clips
Browse 907 clip(s)