
Woza Nabangani Bakho
Woza Nabangani Bakho (WNB) is an afternoon drive show that feels like your home away from home. It has all the makings of a good family - teaching, learning, talking, listening, tears, laughter and memories you’ll hold dear for a lifetime! WNB is driven by the much loved Tshatha &Sthandwa Nzuza bringing listeners nothing but the best in all the genres of music they love. Buckle up, it’s time to …Social links:



1,244 clip(s)
- 1
IZIHAMBELI (GUESTS) - Njengoba sesingena kwimpelasonto…futhi maduze sesithi festive season…umculo wokujabula iwona esikuphathele wona. Namhlanje sikhuluma no-DJ Nkoh kanye no-Professor ngengoma bayo entsha ethi ‘Friday’! #UkhoziFMWNB12:34 - 2
EZIKABHOQO_ noWELE ku #UkhoziFMWNB (05 NOV 2026)05:26 - 3
KUNGANI UNGAVELE UMSHIYE_ Namhlanje sikhuluma nabantu abathi umuntu wami ngiyamuthanda impela kodwa liyamuhlula ibhodwe, akakwazi ukupheka sidalo sakhe…nami ngingowesilisa ngiyamudlula ebhodweni. Izokwenziwa njani le yomuntu wesifazane ohlulwa yibhodwe…ngofanini nokudla okushile nokunosawoti omningi! #GBV It Ends With You #UkhoziFMWNB11:09 - 4
ASISABALALE NGOLWAZI_ no-Nco Dube - Silandela ivoti ukusuka esiteshini sokuvota kuye emiphumeleni esemthethweni. Sichaza abamele amaqembu, izikhalo, ukwabiwa kwezihlalo nokuthi kwakhiwa kanjani umkhandlu uma kungekho qembu elithole iningi eliphelele. #UkhoziFMWNB14:38 - 5
UKHOZI FM MOTORING_ Sbo Myeni - Namuhla sibheka izinto ezibalulekile okumele uzazi futhi uzicabangele ngaphambi kokuthenga imoto, kanye nezibopho ezihambisana nokuba ngumnikazi wemoto. #UkhoziFMWNB13:01 - 6
ASISABALALE NGOLWAZI_ no-Nco Dube - Abantu baseMelika bavota namuhla okhethweni lwaphakathi nethemu kaMongameli (mid-term elections) Abakhethi uMongameli omusha, kodwa umphumela ungashintsha amandla akhe okuphasisa imithetho, kwisabelomali nasekuqokweni kwezikhulu. #UkhoziFMWNB20:20 - 7
NAMI IYASHUNQA INTUTHU_ Kune-video esezinkundleni zokuxhumana (asiyazi indala kangakanani) kodwa okubalulekile ekuqukethe nokushiwo kuyo le-video. Kubukeka ungangabesifazane abakwi-conference call…kukhuluma oyedwa ngezindaba zobudlelwane phakathi kwabesilisa kanye nabesifazane. #UkhoziFMWNB18:21 - 8
ASISABALALE NGOLWAZI_ no-Nco Dube - Sisebenzisa ama-app ukwenza izinto eziningi, kodwa okhethweni sisabhala ephepheni, amagama ethu ahlolwe ohlwini oluphrintiwe futhi izithupha zethu zibekwe umaka ngoyinki. Kungani? #UkhoziFMWNB18:53 - 9
EZIKABHOQO_ noCHURCH BOY ku #UkhoziFMWNB (29 OCT 2026)04:48 - 10
KUNGANI UNGAVELE UMSHIYE_ Namhlanje sikhuluma nabantu abathi umuntu wami ngiyamuthanda impela kodwa ngathi uselahle ithemba kakhulu, akathandi lutho akanayo leya-drive yempilo nokufuna ukuzama empilweni. #UkhoziFMWNB19:26 - View more clips