
ISIHAMBELI (GUEST) - Namhlanje sikhuluma sikhuluma no-DJ Tira nge-EP entsha no-Dankie Boi ethi “Welcome To Durban” kanye nengoma yakhe asanda kuyikhipha no-Boohle. #UkhoziFMWNB
11:44

UMUNTU UMUNTU NGABANTU_Namhlanje sixoxa nenhlangano i-SANTACO ngosuku olubalulekile lwe-World Hunger Day, olugxile ekuqwashiseni umphakathi ngenkinga yendlala nokuntuleka kokudla emhlabeni naseNingizimu Afrika #UkhoziFMWNB
22:16

ASISABALALE NGOLWAZI_ no-Nco Dube - Namuhla ake sidingide ukuthi abantu abangama-billion ayi 1.58 e Afrika bangobani, basatshalaliswe kanjani, izifunda ezinkulu, izizwe, izilimi, izinkolo, kanye nokuthi lama-demographics asho ukuthini ekwakheni ikusasa le Afrika #UkhoziFMWNB
11:05