
ISIHAMBELI (GUEST) - Namhlanje sikhuluma sikhuluma no-DJ Tira nge-EP entsha no-Dankie Boi ethi “Welcome To Durban” kanye nengoma yakhe asanda kuyikhipha no-Boohle. #UkhoziFMWNB
11:44

ASISABALALE NGOLWAZI_ no-Nco Dube - Namuhla ake sidingide ukuthi abantu abangama-billion ayi 1.58 e Afrika bangobani, basatshalaliswe kanjani, izifunda ezinkulu, izizwe, izilimi, izinkolo, kanye nokuthi lama-demographics asho ukuthini ekwakheni ikusasa le Afrika #UkhoziFMWNB
11:05

UKHOZI FM MOTORING_ Sbo Myeni - Abantu uma bethenga imoto #UkhoziFMWNB
09:57