Njengoba sekusele isikhathi esingangesonto kuqale amaholidi ephasika, umnyango weozokuthutha kuleli usunxuswe ukuthi abasebenzisa imigwaqo balandele imithetho yomgwaqo ukugwema izingozi ezenzeka emgwaqwni. Kulempelasonto, kuboshwe abantu abangaphezulu kuka 200 ngokushayela bedle amanzi amponjwana esifundazweni i Eastern-Cape.
Sibe nengxoxo ekhethekile nephini lika ngqongqoshe wezokuthutha kuleli u Mkhuleko Hlengwa.

EZANAMUHLA: RTMC issues warning to road users ahead of Easter Weekend
22:24

ABASIKI BEBUNDA: OUTRAGE OVER NIGERIAN KING CORONATION IN KUGOMPO CONTINUES
08:55

ABASIKI BEBUNDA: EASTERN CAPE COGTA CONDEMNS VIOLENT PROTESTS IN KUGOMPO OVER NIGERIAN CORONATION
08:39