Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

ABASIKI BEBUNDA: EASTERN CAPE COGTA CONDEMNS VIOLENT PROTESTS IN KUGOMPO OVER NIGERIAN CORONATION

View descriptionShare

Ungqongqoshe ku mnyango wezokubusa ngokubambisana kanye nezindaba zomdabu esifundazweni iEastern Cape, uPrince Zolile Burns-Ncamashe uthi ikhomishana yezwe lase Nigeria, iyaziqhelelanisa nesigameko sakamuva sokuqokwa kwenkosi yase Nigeria kuGompo. U Burns-Ncamashe unxuse ukuthi kubuye uzinzo ngemuva kwemashi ephikisana nalesi sigameko egcine inodlame. Kanti iNigerian High Commission isinxuse abantu abadabuka eNigeria abase Ningizimu Afrika ukuba bahloniphe imithetho yezwe.

Sixoxisane nokhulumela umnyango wezokubusa ngokubambisana kanye nezindaba zomdabu esifundazweni, uPheelo Oliphant.

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 2 playlist(s)

Ukhozi FM Current Affairs

Ukhozi FM News and Current Affairs. Brought to you by SABC News.
Social links
Recent clips
Browse 788 clip(s)