Oyisikhulu esiyinhloko sesikhwama esixhasa labo abalimele ezingozini zomgwaqo, i Road Accident Fund, u Collins Letsoalo, usephakamise ukuthi kwenziwe izinguquko ezinkulu kulesikhwama. U Letsoalo ukhala ngokuthi uhlelo olukhona njengamanje lumelene nabahluphekayo kanti kumele lukhiphele ngaphandle abantu abacebile kanye nalabo abangabokufika kuleli.
Sixoxisane nokhulumela lesikhwama, u Mcintosh Polela, mayelana nalokhu.

EZANAMUHLA: RTMC issues warning to road users ahead of Easter Weekend
22:24

ABASIKI BEBUNDA: OUTRAGE OVER NIGERIAN KING CORONATION IN KUGOMPO CONTINUES
08:55

ABASIKI BEBUNDA: EASTERN CAPE COGTA CONDEMNS VIOLENT PROTESTS IN KUGOMPO OVER NIGERIAN CORONATION
08:39