Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

EZANGEMPELASONTO: FAMILY SEEKING ANSWERS ON SON BURIED A PAUPER

View descriptionShare

Umndeni waKwaCele eNingizimu nesifundazwe iKwaZulu-Natal ukhala ezimathonsi mayelana nesidumbu selunga lomndeni walo esekuphele isikhathi esingaphezu konyaka sidukile.

Lomndeni uthi usukwenze konke okusemandleni ukuthungatha isidumbu sika Mthobisi Cele kodwa imizamo yawo ayiphumeleli njengoba betshelwe ukuthi wangcwatshwa uhulumeni.

Sixhumana nomfowabo ka mufi uJabulani Cele.

Esigabeni sesibili sixhumana no Mnu Abednigo Mpanza osebuholini be South African Funeral Practitioners Association KZN kanye nowungoti wezamasiko uMnu Bongani Dlamini.

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 2 playlist(s)

Ukhozi FM Current Affairs

Ukhozi FM News and Current Affairs. Brought to you by SABC News.
Social links
Recent clips
Browse 767 clip(s)