Usekela Ngqongqoshe wezokuthutha uMkhuleko Hlengwa, uthi umhlangano wezinsuku ezintathu obanjelwe eGoli ohlanganisa , abatshali bezimali uhlose ukuthi kuxoxwe ngokuthi lungakhiwa kanjani uhlelo lwezokuthutha olusimeme nelizokwakha umnotho kanye nokuveza amathuba emisebenzi. Lo mhlangano kukhona kuwo amazwe angaphansi kwe-SADC okubalwa kuwo iMozambique kanye ne-Tanzania. Lo mhlangano phambilini uvulwe ngokusemthethweni uMengameli wezwe uCyril Ramaphosa.

EZANAMUHLA: PACKAGED REPORT ON KING CETSHWAYO: THE MUSICAL, CURRENTLY RUNNING AT THE PLAYHOUSE.
05:03

ABASIKI BEBUNDA: COSATU REJECTS POST OFFICE LIQUIDATION PLANS
06:11

ABASIKI BEBUNDA: CITY OF UMHLATHUZE CONDEMNS INCIDENTS OF VANDALISM
08:08