Kuhlukene imibono mayelana nezinhlelo zokushintshwa kwendlela ekufundiswa ngayo izifundo zomlando ezikoleni zase Ningizimu Afrika.
UNgqongqoshe wezemfundo kuleli uSiviwe Gwarube usekuqinisekisile ukuthi ukuguqulwa kwendlela ekufundwa ngayo umlando kuleli kuzohambisana nezimfuno zezakhamizi njengoba kunohlelo oluqhubekayo lokwamukela iziphakamiso kumalungu omphakathi olubheka ukuthi kungabe kufanele ushintshwe yini umlando ofundwa izingane zase Ningizimu Afrika.
Esigabeni sokuqala sixhumane no Solwazi Nomalanga Mkhize wenyuvesi iNelson Mandela, aphinde abe ngoyedwa waba walabo abathweswe umsebenzi wokuthi bahlele kabusha lezizifundo.
Esigabeni sesibili sixhumane no Mlamuli Tabhu, ofundisa izifundo zomlando enyuvesi iSol Plaatjie kanye no Hendrick Makaneta, oyisishoshovu sezemfundo.

Inhlangano i-Action in Autism inxenxa ukuqashwa kwabaneAutism
08:36

EZANAMUHLA PODCAST:- Deputy Minister - Home Affairs dismissed claims suggesting that Zimbabwe Exemption Permit (ZEP) holders can apply for permanent residency in South Africa.
24:00

EZANAMUHLA: SOUTH AFRICANS FOR CONSTITUTIONAL REFORM ON THE ZIMBABWE EXEMPTION PERMIT.
09:32