Inhlangano yomphakathi, i-South Africans for Constitutional Reform (SACR) isinxuse uhulumeni ukuthi ameme izakhamuzi ukuze ziphawule kwizigcawu zomphakathi mayelana nezimvume zesikhashana zezakhamuzi zaseZimbabwe, ezaziwa ngele-Zimbabwe Exemption Permit. Lenhlangano ithi lokhu kungenxa yokuthi izakhamuzi zakuleli izona eziphila nsukuzonke nabantu baseZimbabwe, hhayi abantu abasemazingeni aphezulu.
Sixoxisana nosihlalo we SACR, u-Princess Mthombeni mayelana nalokhu.

EZANGEMPELASONTO: JULIUS MKHWANAZI EXPECTED TO APPEAR IN COURT MONDAY
08:27

Inhlangano i-Action in Autism inxenxa ukuqashwa kwabaneAutism
08:36

EZANGEMPELASONTO: EDUCATION EXPERTS WEIGH IN ON DRAFT HISTRORY CURRICULUM
37:06