EZANAMUHLA: SAFTU REACTS TO MEDIUM-TERM BUDGET POLICY STATEMENT.

 

Ukhozi Current Affairs

Ukhozi Current Affairs
1,059 clip(s)
Loading playlist

Unobhala-jikelele womfelandawonye wezinyunyana zezisebenzi i-SAFTU uZwelinzima Vavi  uthi yize kuzokwehla umthwalo emahlombe abashayeli ukwehla kwentela ka-petrol okumenyezelwe ungqongqoshe wezezimali kuleli u-Enoch Godongwana kodwa kukhona abashayiwe ngaphandle. UVavi ubephawula ngemuva kokwethulwa kwesabelo-mali samaphakathi nonyaka izolo. UVavi ukhala ngokuthi abantu abasebenzisa u-parafin bona bashiywe ngaphandle.

Sixoxisane nongunobhala-jikelele we-SAFTU uZwelinzima Vavi.