Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

EZANAMUHLA: SACC CONCERNED ABOUT RECENT ANTI ILLEGAL MIGRANT PROTESTS.

View descriptionShare
 

Inhlangano yabamandla ahlukahlukene kuleli, i-South African Council of Churches (SACC), ithi isixazululo kwinkinga yokuthuthuleka kwabokufika kuleli incike ekutheni kuxoxisane izinhlaka ezahlukahlukene. Ukuphawula kwe-SACC kulandela ukuhlangana kwayo mhla zimbili kwephezulu lapho kudingidwe khona izinkinga ezithinta abantu bakuleli kanye nabokufika kuleli. 

Sixoxisane nomengameli we-SACC, uBhishobhi Sithembele Sipuka, mayelana naloludaba. 

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 2 playlist(s)

Ukhozi FM Current Affairs

Ukhozi FM News and Current Affairs. Brought to you by SABC News.
Social links
Recent clips
Browse 886 clip(s)