Inhlangano ebhekelele ukunakekelwa kwamadoda, ebizwa nge-Amatyama Brotherhood Circle ithi kusemqoka ukuthi amadoda azinakekele ngayo yonke indlela, okubalwa ukuzinakekela ngokomqondo kanye nangokomzimba. Ukuphawula kwalenhlangano kulandela ucwaningo lwakamuva oluveza ukuthi abantu abaningi besilisa ibona abazibulalayo uma kuqhathaniswa nabesifazane kuleli. Inyanga u-June inyanga ebekelwe isimo-mqondo sabantu besilisa.
Sixoxisane nomsunguli we-Amatyama Brotherhood Circle, uThato "TT" Mbho, mayelana nalokhu.

EZANGEMPELASONTO: NONGOMA MUNICIPALITY PROMISES RESIDENTS STEADY GROWTH
44:15

EZISEMATHENI: IEC SAYS ITS ALL SYSTEMS GO FOR VOTER REGISTRATION WEEKEND
07:05

EZANAMUHLA: SACC CONCERNED ABOUT RECENT ANTI ILLEGAL MIGRANT PROTESTS.
06:57