Umbhali kanye nomqondisi womdlalo weshashalazi, i King Cetshwayo - the Musical osanda kuvula e Playhouse eThekwini, u-Jerry Pooe uthi sesifikile isikhathi sokuthi umlando ubukwe ngeso labamnyama. Lomdlalo ukhuluma ngobuholi benkosi yamaZulu, iSilo uCetshwayo ngesikhathi sokuhlasela kwamaNgisi kwaZulu, lokhu okwaholela empini eyaba ingqobamlando yaseSandlwana, mhla zingu 22 kuMasingana (January) ngo 1879. UThemba Radebe uhambele e-Playhouse, wabe esehlanganisa nanku umbiko.

EZANAMUHLA: US PROBING 60 COUNTRIES, INCLUDING SA, OVER FORCED LABOUR GOODS.
07:56

ABASIKI BEBUNDA: BMA CLOSES SOME BORDERS IN LIMPOPO OVER FLOODS
05:19

ABASIKI BEBUNDA: BUS DRIVERS UNDER SATAWU TO GO ON STRIKE
06:45