Akwaziwa ukuthi sizoyithinta kanjani iNingizimu Afrikha isinqumo seMelika sokuphenya amazwe angamashumi ayisithupha, okubalwa nayo iNingizimu Afrikha ukuthola ukuthi azikho yini izimpahla ezikhiqizwe ngokuthi kuhlukunyezwe amalungelo abantu. Loluphenyo lumenyezelwe ihhovisi lezohwebo laseMelika, i-US Trade Representative (USTR) phambilini kuleliviki.
Sixoxisane noBongani Mahlangu, ongumhlaziyi wezomnotho nezepolitiki, i-political economist, mayelana nalokhu.

ABASIKI BEBUNDA: BMA CLOSES SOME BORDERS IN LIMPOPO OVER FLOODS
05:19

ABASIKI BEBUNDA: BUS DRIVERS UNDER SATAWU TO GO ON STRIKE
06:45

EZANAMUHLA: PACKAGED REPORT ON KING CETSHWAYO: THE MUSICAL, CURRENTLY RUNNING AT THE PLAYHOUSE.
05:03