Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

EZANAMUHLA: MXOLISI MYENI ON THE PHOENIX UNREST COMMEMORATION.

View descriptionShare

Kulelisonto kuhlangana iminyaka emine kusukela kwabulawa abantu endaweni yase Phoenix, enyakatho yeTheku ngesikhathi kunezibhelu ezaziphikisa ukuboshwa kukaloyo owayengumengameli u Jacob Zuma. Lemigubho ezoba ngoMgqibelo ihlelwe ngokuhlanganyela ikhomishane ebhekelele ukuqhakanjiswa kwamalungelo amasiko, ezenkolo kanye nezilimi, i CRL Commission kanye nekhomishane yamalungelo esintu, i Human Rights Commission. 

Sixoxisane nomunye wabagqugquzeli balomcimbi wokukhumbula labo ababulawa e Phoenix, uMxolisi Myeni, mayelana nalokhu. 

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 2 playlist(s)

Ukhozi FM Current Affairs

Ukhozi FM News and Current Affairs. Brought to you by SABC News.
Social links
Recent clips
Browse 767 clip(s)