Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

EZANAMUHLA: Correctional Services Committee chair concerned about millions of rands that were paid to the Public Works Department.

View descriptionShare

Ukhozi Current Affairs

Ukhozi Current Affairs
731 clip(s)
Loading playlist

Ikomiti elibhekelene nokuhlomeliswa kwezimilo ephalamende salizwakalise ukukhathazeka mayelana nemali eyizigidi zamarandi ezikhokhelwe uMnyango wezemiSebenzi yoMphakathi kanye nengqalasizinda (DPWI) ukuze isatshalaliswe kwizikhungo, yize umsebenzi ungenziwe. Ngesikhathi kwethulwa imali ikomiti lithole ukuthi imali engango R842 million yakhokhelwa uMnyango wezemiSebenzi yoMphakathi kanye nengqalasizinda kwisabelo sezimali sika 2024/25. Nokho, i-DPWI iyekile umsebenzi omningi njengoba ususele noMnyango Wezokuhlumelisa kwezimilo.

Sixoxisane nosihlalo we-Portfolio Committee on Correctional Services, Kgomotoso Ramolobeng....

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 2 playlist(s)

Ukhozi FM Current Affairs

Ukhozi FM News and Current Affairs. Brought to you by SABC News.
Social links
Recent clips
Browse 770 clip(s)