Umnyango wezobulungiswa nokuthuthukiswa komthethosisekelo uthi kusemqoka ukuthi umuntu abhale incwadi eyaba amafa akhe ukugwema ukuthi lomsebenzi wenziwe uhulumeni uma eseshonile. Lomnyango uthi ukwaba amafa ngaphambi kokuba umuntu ashone kungavimba ngisho imibango yomndeni engadaleka ngenxa yokungabhalwa kwalencwadi. Namuhla kuqala leliviki lokusiza abantu ukubhala izincwadi ezaba amafa mahhala, i-National Wills Week.
Sixoxisane noyisikhulu esiphezulu enkantolo ephakeme yaseThekwini, uPhumelele Shangase mayelana nalokhu.

EZANAMUHLA: GAUTENG PROVINCIAL GOVERNMENT REACTS TO KEMPTON PARK MURDERS.
09:33

EZANGEMPELASONTO: ANETHEMBA LOKUPHUMA PHAMBILI AMAQEMBU EZEPOLITIKI ANGENELE UKHETHO LOHULUMENI BEZINDAWO
34:21

EZANAMUHLA: UJ PUBLIC POLICY EXPERT ON MUNICIPAL COALITION BILL.
33:51