Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

EZANAMUHLA: GAUTENG PROVINCIAL GOVERNMENT REACTS TO KEMPTON PARK MURDERS.

View descriptionShare
 

Uhulumeni wesifundazwe i-Gauteng uthi ngeke usonge izandla uyekelele izigilamkhuba ziqhubeke nokubulala abantu besifazane. Lokhu kuza ngemuva kokutholakala kwesidumbu sowesifazane oneminyaka engu-38 e-Kempton Park kulempelasonto. Lesisidumbu ebesingakahlonzwa ukuthi esikabani, esesine somuntu wesifazane ukutholakala kulendawo kusukela ngo July.

Sixoxisane nokhulumela uhulumeni wesifundazwe i-Gauteng, u-Elijah Mhlanga.

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 2 playlist(s)

Ukhozi FM Current Affairs

Ukhozi FM News and Current Affairs. Brought to you by SABC News.
Social links
Recent clips
Browse 1,032 clip(s)