Sekube nemibono ehlukene ngomthetho-sivivinyo osanda kuchitshiyelwa obhekele ukuvimbela ukukhishwa kwabantu kanye nokudliwa komhlaba ngokungemthetho. Labo abawesekayo bathi uzolekelela ekulawuleni izinkinga ezihambisana nalokhu kanti abanye bathi lokhu kuzogqugquzela ukuthi abantu babe ngondingasithebeni.
Sixoxisane nodokotela uNana Mhlongo, oyiphini likamqondisi-jikelele emnyangweni wezokuhlaliswa kwabantu obhekele ezokuqapha kulomnyango.

EZANAMUHLA: JUDGES MATTER ON CONCERNS ABOUT JSC INTERVIEW PROCESSES.
07:00

ABASIKI BEBUNDA: SOUTH AFRICANS INVITED TO COMMENT ON EMPLOYMENT SERVICES AMENDMENT BILL
10:25

EZANAMUHLA: CIVIL SOCIETY GROUP PMBEJD ON FUEL PRICE HIKE.
08:07