Inyunyana yezisebenzi ezisemkhakheni wezempilo, i-HOSPERSA, isigxeke ukungasebenzi kohlelo olulawula ukushisa nokubanda emagumbini asemqoka esibhedlela esikhulu saseMgungundlovu, i-Grey's Hospital. Lenyunyana ithi lenkinga ethinta amagumbi abagula kakhulu kanye nalawo okuhlinzelwa khona iziguli esidonse iminyaka emihlanu, ibeka engcupheni izimpilo zeziguli kanye nezezisebenzi.
Sixoxisane nokhulumela i-HOSPERSA, uLindelwa Mdlalose, mayelana nalokhu.

EZANAMUHLA: RTMC issues warning to road users ahead of Easter Weekend
22:24

ABASIKI BEBUNDA: OUTRAGE OVER NIGERIAN KING CORONATION IN KUGOMPO CONTINUES
08:55

ABASIKI BEBUNDA: EASTERN CAPE COGTA CONDEMNS VIOLENT PROTESTS IN KUGOMPO OVER NIGERIAN CORONATION
08:39