Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

EZANAMUHLA: HER RIGHTS INITIATIVE ON A RECENT HEALTH REPORT ABOUT OVER 30 000 UNDERAGE GIRLS IN KZN BEING PREGNANT.

View descriptionShare

Umnyango wezokuthuthukiswa komphakathi ususole ubuphofu kanye nokungakhuliseki kahle njengembangela yokukhulelwa kwezingane ezisencane. Umbiko wakamuva we Health Systems Trust udalule ukuthi zingaphezu kuka 30 thousand izingane ezineminyaka ephakathi kweshumi kanye neshumi nesishiyagalolunye ezikhulelwe kwisifundazwe iKwaZulu-Natali. Lokhu kuthiwa kwenzeke phakathi kuka April ka 2023 kanye no March ka 2024. 

Sixoxisane noyisazi kwezobulili novela kwinhlangano, i-Her Rights Initiative, udokt u-Promise Mthembu, mayelana nalokhu. 

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 2 playlist(s)

Ukhozi FM Current Affairs

Ukhozi FM News and Current Affairs. Brought to you by SABC News.
Social links
Recent clips
Browse 760 clip(s)