Umnyango wezemfundo kwisifundazwe iKwaZulu Natal uthi yize usihlonipha isinyathelo esathathwa ikhabhinethi likazwelonke sokukhuthaza izisebenzi ukuthi zithathe impesheni zingakafiki eminyakeni yempesheni, kodwa uthi lokho akumane kwenzeke kungabhekwanga izimo ezingaphazamisa ukusebenza komnyango. Izinyunyana zothisha zizwakalise ukukhathazeka ngesaziso esikhishwe iwona umnyango wezemfundo kwisifundazwe, noveze ukuthi awukwazi ukuphasisa izicelo zezisebenzi zokuya empeshenini singakashayi isikhathi.
Sixoxisane naloyo okhulumela umnyango uMuzi Mahlambi.

EZANGEMPELASONTO: SANDU DETAILS CHALLENGES WITH DEPLOYMENT OF SANDF IN CRIME-RIDDEN AREAS
14:42

EZANAMUHLA: RTMC issues warning to road users ahead of Easter Weekend
22:24

ABASIKI BEBUNDA: OUTRAGE OVER NIGERIAN KING CORONATION IN KUGOMPO CONTINUES
08:55