Isikhulu esiphezulu kwisikhungo i-Childline Helpline uDumisile Cele uthi bakhathazekile ngezigameko ezandayo zabantwana abahlukumeza abanye ezinkundleni zokuxhumana. Lokhu kuza ngemuva kocwaningo olwenziwe inyuvesi yase-Stellenbosch lokuthi kunesidingo esiphuthumayo sokusungula amasu okulwa nomthelela wokuhlukumezeka kwezingane kwi-internet. Kuvela ukuthi lezigameko zenzeka ikakhulukazi ezinkundleni zokuxhumana u-TikTok, Instagram kanye no-Snapchat.
Sixoxisane no Dumisile Cele oyisikhulu esiyinhloko kwisikhungo esisiza izingane, i-Childline Helpline.

Isimangaliso Wetland Park isinxuse ukuthi kube nokubambisana phakathi kwayo nemiphakathi eyakhelene nayo
09:22

ABASIKI BEBUNDA: BAFUNA AKHISHWE NGOKUSHESHA UTHISHA OSOLWA NGOKUSIKISELA NGOCANSI ABAFUNDI
04:55

EZANAMUHLA: SAMWU ON UMSUNDUZI MUNICIPALITY WORKERS PROTEST.
07:43