Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

Isimangaliso Wetland Park isinxuse ukuthi kube nokubambisana phakathi kwayo nemiphakathi eyakhelene nayo

View descriptionShare
 

Abe-Isimangaliso Wetlands Park Authority, sebephawulile ngesinqumo sesikhashana senkantolo esikhishwe izolo mayelana nengxenye yasOzabeni yalendawo. Lesivimbelo senkantolo senziwe ngokubambisana umbutho wamaphoyisa- iSAPS, nezeMvelo KZN Wildlife kanye nezinye izinhlaka zokugcinwa komthetho. Lokhu kuholele ekutheni kube khona ababoshwayo abasolwa ngokungena ngokungemthetho kulendawo. Ukuthola kabanzi samukela oyisikhulu esiphezulu kwisiMangalise Wetlends Park u Mn Sbusiso Bukhosini. Sikwamukele ohleweni Mr Bukhosini...

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

Ukhozi FM Current Affairs

Ukhozi FM News and Current Affairs. Brought to you by SABC News.
Social links
Recent clips
Browse 992 clip(s)