EZANAMUHLA: BLACK SASH WANTS SRD GRANTS MADE PERMANENT.

 

Ukhozi Current Affairs

Ukhozi Current Affairs
1,059 clip(s)
Loading playlist

Inhlangano engekho ngaphansi kukahulumeni elwela amalungelo abantu, i-Black Sash ithi nakuba ikwamukela ukwelulwa kwezibonelelo zalabo abangasebenzi kepha ibifisa ukuthi ziqhubeke njalo lezibonelelo. Lenhlangano ibiphawula ngemuva kwesabelo-mali samaphakathi nonyaka sikangqongqoshe wezezimali ngeviki eledlule lapho ememezele khona ukwelulwa kwalezibonelelo. 

Sixoxisane nokhulumela i-Black Sash, u-Jerome Bele mayelana nalokhu.