Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

EZANAMUHLA: AGRICULTURAL ECONOMIST ON EL NINO EFFECT ON FARMING.

View descriptionShare
 

Usomnotho omkhulu uThabile Nkunjana usexwayise ngokuthi umkhiqizo wezitshalo kanye nemfuyo kungase kunciphe kakhulu njengoba kuza isomiso esaziwa ngelika El Nino. Kulindeleke ukuthi lesomiso sigasele kuleli ngenkathi yokulima ka 2026 kuya ku 2027 kanti sizoba nomthelela omkhulu kumanani emikhiqizo yezolimo. 

Sixoxisane noThabile Nkunjana ongusomnotho omkhulu kwisikhungo i-National Agricultural Marketing Council (NAMC), mayelana naloludaba. 

 

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 2 playlist(s)

Ukhozi FM Current Affairs

Ukhozi FM News and Current Affairs. Brought to you by SABC News.
Social links
Recent clips
Browse 1,048 clip(s)