Imindeni yezisebenzi ezintathu zasemayini i-Lily kwisifundazwe iMpumalanga ezavaleleka ngaphansi komhlaba kulemayini ngesikhathi kudilika umgodi ngo 2016 isola uhulumeni ngokungayisizi. Uhulumeni kusabhekwe ukuthi akhiphe izidumbu zabasebenzi, u-Pretty Nkambule, Yvonne Mnisi no-Solomon Nyirenda babambeka kwisiqukathi esigcina amathoshi asemayini eyagwinywa umhlaba eminyakeni eyishumi ephelile.
Sixoxisane nokhulumela imindeni yabagilwa, u-Harry Mazibuko, mayelana nalokhu.

EZANAMUHLA: AGRICULTURAL ECONOMIST ON WHETHER OR NOT THE GOVERNMENT HAS SUCCEEDED IN CURBING FOOT AND MOUTH DISEASE.
06:25

ABASIKI BEBUNDA: DA DENIES ALLEGATIONS OF POLITICAL INFIGHTING FOLLOWING STEENHUISEN ANNOUNCEMENT
14:02

ABASIKI BEBUNDA: ANC IN KZN PUSHES FOR STERN GOVERNANCE RULES ACROSS ALL MUNICIPALITIES
07:11