Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

ABASIKI BEBUNDA: DA DENIES ALLEGATIONS OF POLITICAL INFIGHTING FOLLOWING STEENHUISEN ANNOUNCEMENT

View descriptionShare

IDemocratic Alliance ikuphikile ukuthi kunoqhekeko ngaphakathi eqenjini. Lokhu emva kwesimemezelo somholi weqembu uJohn Steenhuisen sokuthi angeke asigaqele isikhundla sokuhola leliqembu lezepolitiki ihlandla lesithathu. Wenze lesi simemezelo esithangamini nabezindaba eThekwini namhlanje. Ingqungquthela yokukhetha ubuholi obusha beDA ilindeleke ukuba ibanjwe ngoApril kulo nyaka.

Utshele abezindaba ukuthi usebenze kanzima njengomholi futhi imizamo yakhe iholele ekutheni leli qembu lingene emandleni libuse ngokubambisana namanye amaqembu. USteenhuisen ophinde abe ungqongqoshe womnyango wezolimo uthi usefuna ukugxila kakhulu ekuqedeni isifo samatele. 

Sixoxisane nokhulumela i-DA kuzwe lonke uKarabo Khakhau. 

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 2 playlist(s)

Ukhozi FM Current Affairs

Ukhozi FM News and Current Affairs. Brought to you by SABC News.
Social links
Recent clips
Browse 715 clip(s)