Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

ABASIKI BEBUNDA: ANC calls for justice in the murder case of seven in Melmoth

View descriptionShare
 

Ukuthunjwa nokubulawa ngesihluku kukasomabhizinisi wakwa Zulu-Natal nezihlobo zakhe eziyisikhombisa, sekushiye abantu abaningi abasogwini oluseNyakatho yesifundazwe, bethuthumela. Amaphoyisa athi lomnini wenkampani yezokwakha -  u Allan Moonsamy, unkosikazi wakhe nezingane ezimbili kanye nonina kankosikazi wakhe nezelamani ezimbili bathunjwe ngenkathi kugqekezwa umuzi wabo ngo Lwesibili kusihlwa. Lababahlaseli babophe izisulu babe sebehamba nabo ngemoto ibanga elimakhilomitha amabili baya e Melmoth lapho befike babulawa khona ngesikhulu isihluku njengoba begwazwe baze bafa. Omunye wabesifazane udlwenguliwe kwabe sekukhishwa imali kuma account ezisulu asemabhange. Sixoxisane noNkosenhle Mngadi oyiRegional Task Team Coordinator eGeneral Gizenga Mpanza Region...

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 2 playlist(s)

Ukhozi FM Current Affairs

Ukhozi FM News and Current Affairs. Brought to you by SABC News.
Social links
Recent clips
Browse 824 clip(s)