Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

ABASIKI BEBUNDA: SOUTH AFRICANS WARNED AGAINST BREAKING IMMIGRATION LAWS

View descriptionShare
 

Bazothathelwa izinyathelo zomthetho labo abephula isigatshana esingu 49 (2) somthetho omayelana nokungena nokuphuma eNingizimu Afrika. Lesi sigatshana sikubeka ngokusobala ukuthi noma ngubani onikeza indawo yokuhlala/ukuqashisa noma osiza umuntu ukuba angene ezweni wephula umthetho, kanti anga hlawuliswa kumbe angene ejele imnyaka emihlanu. 

Lolu daba silubheke kabanzi nongoti kwezithinta umthetho uMelusi Xulu we Donda attorneys. 

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 2 playlist(s)

Ukhozi FM Current Affairs

Ukhozi FM News and Current Affairs. Brought to you by SABC News.
Social links
Recent clips
Browse 918 clip(s)