Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

ABASIKI BEBUNDA: KWAMASHU ARCHITECT COMPLETES 1600 KM WALK OVER SA'S HOUSING CRISIS

View descriptionShare
 

UWandile Mthiyane - ongu mklami wezindlu nongusomabhizinisi ozimisele ngokuthuthukisa imiphakathi - usanda kuphothula uhambo luka 1,600 km esuka eThekwini elibangise eCape Town. Inhloso yakhe ukuhlaba ikhwelo ngokwe ntuleka kwezindlu ezise zingeni elifanele eNingizimu Afrika. 

Lokhu njengoba bebaningi abantu kuleli abalinde uhulumeni ukuba abahlinzeke ngezindlu. 

UMthiyane odabuka KwaMashu, wethule inkundla ebizwa Ubuntu Home, esebenzisa ubuchwepheshe besimanje obusezingeni eliphezulu ukwelekelela abantu bathole imidwebo yezindlu mahhala kanye nemininingwano ngoxhaso lokwakha. 

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 2 playlist(s)

Ukhozi FM Current Affairs

Ukhozi FM News and Current Affairs. Brought to you by SABC News.
Social links
Recent clips
Browse 918 clip(s)