Ikhomishana yamalungelo abantu isiqale izigcawu zomphakathi mayelana nomthelela wokwehliswa kokuphakelwa kogesi okunakho ezimpilweni zezakhamizi.
U-Shirley Mlombo oyisikhulu esiphezulu kwa South African Human Rights Commission, ohlelelweni namuhla, uveze ukuthi kunokukhathazeka okakhulu emphakathini, ikakhulukazi le eyayincishwe amathuba.
---------------------
Esigabeni sesibili:
Ucwaningo lwe Statistics South Africa luka 2022/23, seluveze ukuthi abantu abansundu babhekene nenkinga enkulu ngakwezezimali uma beqhathaniswa nabamhlophe, abomdabu wasendiya namakhaladi.
Imali eyiholo lonyaka elinganiselwa ku R143 000 eholwa iningi labansundu ingaphansi kakhulu kuleyo eholwa yilezi ezinye inhlanga.
UMnu Bonga Radebe oyisikhulu esiphezulu kwi Stats SA usichazela kabanzi ngocwaningo lwabo.

ABASIKI BEBUNDA: INKOSI QWABE RESOLVES TO DISSOLVE CONTROVERSIAL KWAMAPHUMULO CHURCH
07:20

EZANAMUHLA:ACTION SA calls on the termination of employment contracts of all Ekurhuleni officials who have been apprehended and charged for wrong doing immediately.
08:09

EZANAMUHLA: School Governing Body on the school closure due to the scourge of crime that has affected teaching and learning leaving educators fearing for their lives...
05:48