Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

ABASIKI BEBUNDA: RAMAPHOSA FIRES CONTROVERSIAL MINISTER SISISI TOLASHE

View descriptionShare
 

Lowo obengungqongqoshe wezokuthuthukiswa komphakathi uSisisi Tolashe usexoshiwe. Umengameli Cyril Ramaphosa uqoke ungqongqoshe wehhovisi likangemali obhekelele obhekelele abesifazane, intsha nabakhubazekile, uSindisiwe Chikunga njengebamba kulomnyango.

Umhlaziyi wezepolitiki uSandile Swana uthi umengameli kumthathe isikhathi eside ukufinyelela kulesi sinqumo ngenxa yomthelela ongase ube khona kuhulumeni wobumbano. 

UTolashe usolwa ngokugodla imniningwano ephalamende ngesikhathi ebuzwa ngezimoto azithola eChina okwakumele kube ngezophiko lwabesifazane be ANC. Ngaphambili, kuvele nezinsolo zokuqashwa kwabantu ngendlela engafanele kanye nokwelulwa kwenkontileka emnyangweni wakhe. 

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 2 playlist(s)

Ukhozi FM Current Affairs

Ukhozi FM News and Current Affairs. Brought to you by SABC News.
Social links
Recent clips
Browse 849 clip(s)