Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

ABASIKI BEBUNDA: "OUR LEADERS SHOULD BE BEYOND REPROACH"- ANDY MASHAILE, SECURITY STRATEGIST ON DAY 1 OF MADLANGA COMMISSION

View descriptionShare

MADLANGA COMMISSION PART 2

Ungoti wezokuphepha noke waba inxusa le-Interpol, uAndy Mashaile, uthi uma ziyiqiniso izinsolo ezizovela kwi khomishana kaMadlanga, lokho kusho ukuthi limfilipha ikusasa leNingizimu Afrika futhi isixazululo esisobala - ukukhipha labo abasemandleni. 

UMashaile ubephawula ngosuku lokuqala lwe khomishana ka Madlanga ephenya ngezinsolo ezenziwa uMkhwanazi ngezikhulu eziphezulu zamaphoyisa azisola ngokugxambukela kwezepolitiki kanye nokuyamaniswa nabenza ubugebengu obuhleliwe

Kwabasolwa ngaloku kubalwa nongqongqoshe wamaphoyisa uSenzo Mchunu okumanje usekhefini.

UMashaile uthi akufanele abantu abasezikhundleni eziphezulu basondelane nezigilamkhuba futhi kufanele baziphathe ngendlela engadiceleli phansi isithunzi sabo.

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 2 playlist(s)

Ukhozi FM Current Affairs

Ukhozi FM News and Current Affairs. Brought to you by SABC News.
Social links
Recent clips
Browse 760 clip(s)