Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

ABASIKI BEBUNDA: KZN EDUCATION DEPARTMENT DENIES BEING PLACED UNDER ADMINISTRATION

View descriptionShare
 

Umnyango wezemfundo esifundazweni ikwaZulu-Natal, uyichithile imibiko ezungeza ezinkundleni zokuxhumana yokuthi usufakwe ngaphansi komlawuli. Lo mnyango uchaze le mibiko njengedukisayo futhi engelona iqiniso. Lokhu emva kwesitatimende somnyango womgcinimafa esifundazweni esiveze ukuthi umnyango wezemfundo uhlulekile ukulandela umthetho nokuphatha izimali ngendlela efanele. 

Ungqongqoshe Sipho Hlomuka uthi ikhabhinethi kuphela enegunya lokufaka lo mnyango ngaphansi komlawuli futhi lokhu kufane kumenyezelwe esitatimendeni.

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 2 playlist(s)

Ukhozi FM Current Affairs

Ukhozi FM News and Current Affairs. Brought to you by SABC News.
Social links
Recent clips
Browse 864 clip(s)