Kuphazamisekile ukufunda nokufundisa esikoleni samabanga aphakeme - iBizimali - eNkandla ngenkathi abafundi bebhikishela ukudlwengulwa kozakwabo, okusolwa ukuthi badlwengulwe umlisa wakhona endaweni.
Lomlisa uboshwe eNtshelimnyama eNtshonalanga ye Theku emuva kokuba osomatekisi bemlande lapho abebhace khona.
Belekelelana namaphoyisa wabe eseboshwa kodwa nokho imibiko yakamuva ithi uphinde weqa esitokisini kanti kumanje kusolwa ukuthi usagcwele amagquma namathafa.
Sixoxisane nknongqongqoshe womnyango wezemfundo esifundazweni iKwaZulu-Natali umnumzane Sipho Hlomuka.

EZANAMUHLA: US PROBING 60 COUNTRIES, INCLUDING SA, OVER FORCED LABOUR GOODS.
07:56

ABASIKI BEBUNDA: BMA CLOSES SOME BORDERS IN LIMPOPO OVER FLOODS
05:19

ABASIKI BEBUNDA: BUS DRIVERS UNDER SATAWU TO GO ON STRIKE
06:45