Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

ABASIKI BEBUNDA: FORMER DRUG ADDICT URGES THE YOUTH TO ABSTAIN FROM DRUGS

View descriptionShare

Ongoti sebeveze ukuthi inkinga yokusetshenziswa kwezidakamizwa eNingizimu Afrika isezingeni eliphezulu ngendlela engakaze ibonakale phambilini. Lokhu njengoba wonke jikelele ubungaza usuku lokuqwashisa ngezidakamizwa iWorld Drug Day.

Lena imizamo yokuqwashisa ngazo izidakamizwa futhi umongo obekwe ihhovisi elibhekelele izidakamizwa kanye nobugebengu kwinhlangano yamazwe omhlaba iUnited Nations - uthi "Break the Cycle"  okusho ukuthi "Akuqedwe nya ngalomkhuba". 

Sixoxisane noSanele Ngwane ubengumlutha wezidakamizwa nosekhiphe incwadi elandisa ngodaba lakhe.

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 2 playlist(s)

Ukhozi FM Current Affairs

Ukhozi FM News and Current Affairs. Brought to you by SABC News.
Social links
Recent clips
Browse 770 clip(s)