Ongoti sebeveze ukuthi inkinga yokusetshenziswa kwezidakamizwa eNingizimu Afrika isezingeni eliphezulu ngendlela engakaze ibonakale phambilini. Lokhu njengoba wonke jikelele ubungaza usuku lokuqwashisa ngezidakamizwa iWorld Drug Day.
Lena imizamo yokuqwashisa ngazo izidakamizwa futhi umongo obekwe ihhovisi elibhekelele izidakamizwa kanye nobugebengu kwinhlangano yamazwe omhlaba iUnited Nations - uthi "Break the Cycle" okusho ukuthi "Akuqedwe nya ngalomkhuba".
Sixoxisane noSanele Ngwane ubengumlutha wezidakamizwa nosekhiphe incwadi elandisa ngodaba lakhe.

ABASIKI BEBUNDA: INGONYAMA TRUST BOARD CONSIDERING LEGAL ACTION AFTER ITS DISSOLUTION
14:30

ABASIKI BEBUNDA: ATM CALLS FOR INVESTIGATIONS INTO NIGERIAN KING CORONATION IN EAST LONDON
06:47

EZANAMUHLA: US PROBING 60 COUNTRIES, INCLUDING SA, OVER FORCED LABOUR GOODS.
07:56